top of page
All Articles


I-Somaliland ixosha bonke abokufika ezweni
Isithombe: Sithunyelwe I-Somaliland iyalele bonke abantu bangaphandle abangenazo izincwadi zokuthi baphume ezweni zingakapheli izinsuku eziyishumi. Lo myalelo umenyezelwa e-Hargeisa onguNgqongqoshe Wezangaphakathi Nezokuphepha kwezwe, u-Abdirashid Mohamed Ahmed (Magaalo). Izikhulu zithe noma ngubani ongenayo imvume yokuhlala ngokusemthethweni noma ukugunyazwa okusemthethweni kokuhlala kufanele ahambe noma aqondise isimo sakhe ngaphambi komnqamulajuqu. Izinhlaka zezokuphepha z
1 day ago1 min read


Kuboshwe owaseNingizimu Afrika ngokushushumbisa I-Heroin eThailand
Isithombe: Sithunyelwe Amaphoyisa abheka izimpahla ase-Thailand, abophe indoda yaseNingizimu Afrika e-Suvarnabhumi Airport ngokuzama ukushushumbisa i-heroin engu-17.5kg ebifihliwe emasakeni ekhofi netiye eliluhlaza. Umsolwa ubesuka eKuala Lumpur, eMalaysia, edlula eThailand, eya eMadagascar ngesikhathi izikhulu zibamba izidakamizwa. I-heroin inenani elilinganiselwa ku-7.3 million baht eThailand kanye ne-22.75 million baht, ukube ifike lapho iya khona. Umsolwa ubhekene namacal
1 day ago1 min read


Kufunwa owokufika okhale wemuka nobucwebe bezigidi, komqashi wakhe eThekwini
Isithombe: Sithunyelwe Amaphoyisa, eThekwini athungatha owesifazane wokufika waseMalawi osolwa ngokweba ubucwebe obubiza cishe u-R1 million kanye nemali bomqashi wakhe abemsebenzela njengomsizi wasendlini. Ngokusho komqashi, umsolwa abemazi njengoFatima Lawerence, okukholakala ukuthi usebenzisa igama elithi Esther njengoba libonakala epasipoti yakhe. Uneminyaka engu-28 ubudala futhi unendodakazi eneminyaka emihlanu (5). Impahla eyebiwe ilesisebenzi ihlanganisa ubucwebe begoli
1 day ago1 min read


Unyazi luthi selusixolele iSilo ngenkulumo eputshukileyo
Isithombe: Sithunyelwe Ithimba leSilo samaZulu namuhla lihlangane noMbusi Unyazi LweZulu ngenhloso yokuyobhula nokulungisa ukungaboni ngasolinye okudaleke ngokuputshuka kwe-video ekhombisa iSilo uMisuzulu okuthiwa ibiphuzile ihlambalaza UMholi webandla lamaNazaretha. Ngokwesitatimende esisemthethweni esikhishwe ngemuva kwalomhlangano, Unyazi Lwezulu likuqinisekisile ukuthi iSilo uMisuzulu useyiNkosi yakhe, echaza ukungaqondi kahle kwamuva nje njengodaba lomndeni oseluxazululi
1 day ago1 min read
bottom of page
