top of page
All Articles


I-Somaliland ixosha bonke abokufika ezweni
Isithombe: Sithunyelwe I-Somaliland iyalele bonke abantu bangaphandle abangenazo izincwadi zokuthi baphume ezweni zingakapheli izinsuku eziyishumi. Lo myalelo umenyezelwa e-Hargeisa onguNgqongqoshe Wezangaphakathi Nezokuphepha kwezwe, u-Abdirashid Mohamed Ahmed (Magaalo). Izikhulu zithe noma ngubani ongenayo imvume yokuhlala ngokusemthethweni noma ukugunyazwa okusemthethweni kokuhlala kufanele ahambe noma aqondise isimo sakhe ngaphambi komnqamulajuqu. Izinhlaka zezokuphepha z
1 day ago1 min read


Kuboshwe owaseNingizimu Afrika ngokushushumbisa I-Heroin eThailand
Isithombe: Sithunyelwe Amaphoyisa abheka izimpahla ase-Thailand, abophe indoda yaseNingizimu Afrika e-Suvarnabhumi Airport ngokuzama ukushushumbisa i-heroin engu-17.5kg ebifihliwe emasakeni ekhofi netiye eliluhlaza. Umsolwa ubesuka eKuala Lumpur, eMalaysia, edlula eThailand, eya eMadagascar ngesikhathi izikhulu zibamba izidakamizwa. I-heroin inenani elilinganiselwa ku-7.3 million baht eThailand kanye ne-22.75 million baht, ukube ifike lapho iya khona. Umsolwa ubhekene namacal
1 day ago1 min read


Kufunwa owokufika okhale wemuka nobucwebe bezigidi, komqashi wakhe eThekwini
Isithombe: Sithunyelwe Amaphoyisa, eThekwini athungatha owesifazane wokufika waseMalawi osolwa ngokweba ubucwebe obubiza cishe u-R1 million kanye nemali bomqashi wakhe abemsebenzela njengomsizi wasendlini. Ngokusho komqashi, umsolwa abemazi njengoFatima Lawerence, okukholakala ukuthi usebenzisa igama elithi Esther njengoba libonakala epasipoti yakhe. Uneminyaka engu-28 ubudala futhi unendodakazi eneminyaka emihlanu (5). Impahla eyebiwe ilesisebenzi ihlanganisa ubucwebe begoli
1 day ago1 min read


Unyazi luthi selusixolele iSilo ngenkulumo eputshukileyo
Isithombe: Sithunyelwe Ithimba leSilo samaZulu namuhla lihlangane noMbusi Unyazi LweZulu ngenhloso yokuyobhula nokulungisa ukungaboni ngasolinye okudaleke ngokuputshuka kwe-video ekhombisa iSilo uMisuzulu okuthiwa ibiphuzile ihlambalaza UMholi webandla lamaNazaretha. Ngokwesitatimende esisemthethweni esikhishwe ngemuva kwalomhlangano, Unyazi Lwezulu likuqinisekisile ukuthi iSilo uMisuzulu useyiNkosi yakhe, echaza ukungaqondi kahle kwamuva nje njengodaba lomndeni oseluxazululi
1 day ago1 min read


Sithele inhlangano ngehlazo isikhulu seKZN Athletics esilwe nomsubathi
Isithombe: Sithunyelwe Kube ongaphansi, ongaphezulu ngesikhathi usihlalo we-KwaZulu-Natal Athletics (KZNA) ophikiswayo, ummeli uSteve Mkasi, ebandakanyeka empini emgwaqweni nomsubathi ongaziwa eThekwini. Kuthiwa uMkasi wacasulwa umyalezo lo msubathi awufaka ezinkundleni zokuxhumana lapho ayegxeka khona i-KZNA ngokuqinile. UMkasi kuthiwa ushayela lo msubathi ucingo wabe esesongela ngokumshaya, kanti lo msubathi waphendula ngokunikeza uMukasi ikheli lakhe, wamtshela ukuthi asih
1 day ago1 min read


Breaking News: Latest Updates from Underserved Communities
In recent years, underserved communities have faced numerous challenges, from economic disparities to limited access to healthcare and education. However, amidst these struggles, there are inspiring stories of resilience, innovation, and community-driven initiatives that are making a difference. This blog post aims to highlight the latest updates from these communities, showcasing their efforts and the positive changes taking place. Understanding Underserved Communities Under
Jul 35 min read


Exploring Technology Trends Impacting Everyday Life
In a world where technology evolves at lightning speed, its influence on our daily lives is undeniable. From the way we communicate to how we manage our health, technology trends are reshaping our routines and interactions. This blog post delves into the most significant technology trends that are making waves in everyday life, providing insights into how they affect us and what we can expect in the future. The Rise of Smart Homes Smart home technology has transformed the way
Jul 34 min read


Insightful Investigative Journalism in Today's Politics
In an era where information is abundant yet often misleading, investigative journalism plays a crucial role in shaping public understanding of political events. This form of journalism digs deep into issues, uncovering truths that may otherwise remain hidden. As political landscapes evolve, the need for thorough and insightful reporting becomes increasingly vital. This blog post explores the significance of investigative journalism in today's political climate, its challenges
Jul 33 min read
bottom of page
