top of page

Sithele inhlangano ngehlazo isikhulu seKZN Athletics esilwe nomsubathi

  • Writer: Sifiso Ngobese
    Sifiso Ngobese
  • 1 day ago
  • 1 min read
Isithombe: Sithunyelwe
Isithombe: Sithunyelwe

Kube ongaphansi, ongaphezulu ngesikhathi usihlalo we-KwaZulu-Natal Athletics (KZNA) ophikiswayo, ummeli uSteve Mkasi, ebandakanyeka empini emgwaqweni nomsubathi ongaziwa eThekwini.


Kuthiwa uMkasi wacasulwa umyalezo lo msubathi awufaka ezinkundleni zokuxhumana lapho ayegxeka khona i-KZNA ngokuqinile.


UMkasi kuthiwa ushayela lo msubathi ucingo wabe esesongela ngokumshaya, kanti lo msubathi waphendula ngokunikeza uMukasi ikheli lakhe, wamtshela ukuthi asihlangane estikini, kulapho uMkasi anokile khona nebala wamfica ngemepela lomsubathi, akuphelabga ngisho isikhathi esingakanani, kwakhala iqupha.


Izikhulu ze-KZN Athletics zikugxekile ukuziphatha kukaMkasi l, zarhembisa ukuthi kuzoba nophenyo, oluzolandelwa isijeziso.

Comments


Top Stories

Hlala unolwazi ngezindaba zakamuva. Subscribe to our daily newsletter.

  • Instagram
  • Facebook
  • Twitter

© 2026 by IBUNDA NEWS. All rights reserved.

bottom of page